Laqhubeka layithela imvula izinsuku ezingama-40, akhula amanzi, awuntantisa umkhumbi phezu komhlaba.
UGenesise 7:18 - IsiZulu 2020 Amanzi akhula anda emhlabeni; umkhumbi wantanta phezu kwamanzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amanzi akhula, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wahamba ebusweni bamanzi. Contemporary Zulu Bible 2024 Amanzi aba namandla, anda kakhulu emhlabeni; umkhumbi wedlula phezu kwamanzi. |
Laqhubeka layithela imvula izinsuku ezingama-40, akhula amanzi, awuntantisa umkhumbi phezu komhlaba.
Yizo ezahlwithwa kungakabi yisikhathi, ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,
Amanzi abuyela amboza izinqola zempi, nabagibele amahhashi, nayo yonke impi kaFaro eyayibalandela; baminza olwandle, akwaze kwasala namunye.