Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 7:15 - IsiZulu 2020

Kwangena emkhunjini kaNowa ngakubili konke okuphefumulayo,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Zangena kuNowa emkhunjini zimbili ngazimbili enyameni yonke okukuyo umoya wokuphila.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Zangena kanye noNowa emkhunjini, ngambili enyameni yonke okukuyo umoya wokuphila.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 7:15
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwangena zonke izilwane zasendle ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, ezihuquzelayo emhlabeni ngezinhlobo zazo, nazo zonke izinyoni zezulu ngezinhlobo zazo, nakho konke okunamaphiko.


njengalokhu uNkulunkulu ayemyalile uNowa, kwangena iduna nensikazi, kukho konke okuphilayo. Esengenile uNowa, uSimakade wavala umnyango.


zangena emkhunjini ngazimbili, iduna nensikazi kanye noNowa njengokuba uNkulunkulu ayeshilo kuye.


Inkentshane liyoquba newundlu, ingwe ibuthise ndawonye nezinyane lembuzi, ithole nebhongo lengonyama; kukhuluphaliswe ndawonye, kuqhutshwe yingane encane.