Esezelwe uSethi, u-Adamu waphila iminyaka engama-800, waphinde wazala amadodana namadodakazi.
UGenesise 5:7 - IsiZulu 2020 Esezelwe u-Enoshe, uSethi waphila iminyaka engama-807 emva kokuzalwa kuka-Enoshe, waphinde wazala amadodana namadodakazi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kokuzalwa kuka-Enoshe uSeti wahamba iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili nesikhombisa, wazala amadodana namadodakazi. Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kokuzalwa kuka-Enoshe uSeti waphila iminyaka engamakhulu ayisishiyagalombili nesikhombisa, wazala amadodana namadodakazi. |
Esezelwe uSethi, u-Adamu waphila iminyaka engama-800, waphinde wazala amadodana namadodakazi.