Isiyonke iminyaka eyaphilwa nguKhenani yaba ngama-910, wayesefa.
Zonke izinsuku zikaKhenani zaziyiminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye neshumi; wayesefa.
Iyonke imihla kaKenani yaba yiminyaka emakhulu asithoba, aneminyaka elishumi;
Esezelwe uMahalaleli, uKhenani waphila iminyaka engama-840, waphinde wazala amadodana namadodakazi.
Kwathi uMahalaleli eseneminyaka engama-65, wazala uJaredi.
Isiyonke iminyaka eyaphilwa ngu-Adamu yaba ngama-930, wayesefa.