UGenesise 47:2 - IsiZulu 2020 Wathatha abahlanu phakathi kwabafowabo wayobethula kuFaro. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phakathi kwabafowabo wathatha amadoda ayisihlanu, wawabeka phambi kukaFaro. Contemporary Zulu Bible 2024 Wathatha kubafowabo, amadoda ayisihlanu, wawayisa kuFaro; |
Kwathi sebebuyela okwesibili, uJosefa waziveza kubafowabo, uFaro wayesaziswa ngomndeni kaJosefa.
sazi ukuthi lowo owayivusa iNkosi uJesu uyakusivusa nathi kanye noJesu, asethule kanye nani.
OkunguYena esimshumayelayo, siluleka wonke umuntu, sibafundisa bonke abantu ngokuhlakanipha konke, ukuze sethule wonke umuntu ephelele kuKhristu,
Kepha kuYena onamandla okunilonda ningakhubeki, animise phambi kwenkazimulo yakhe ningenasici, ninokuthokoza.