ULabani wathi kuye: “Uma uzongivumela ukuba ngisho lokhu: ngizwile uma ngibhula ukuthi uSimakade ungibusise ngenxa yakho.
UGenesise 44:5 - IsiZulu 2020 Akusiyo yini le indebe yenkosi yami ephuza ngayo, ibuye ibhule ngayo na? Enikwenzileyo kubi kakhulu.’ ” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lena akusiyo indebe inkosi yami ephuza ngayo, ebhula ngayo, na? Nenze kabi ngokwenze njalo.’ ” Contemporary Zulu Bible 2024 Lokhu akusikho yini inkosi yami ephuza ngakho, eprofetha ngakho ngempela? nenze okubi ngokwenza kanjalo. |
ULabani wathi kuye: “Uma uzongivumela ukuba ngisho lokhu: ngizwile uma ngibhula ukuthi uSimakade ungibusise ngenxa yakho.
UJosefa wathi kubo: “Kuyini lokhu enikwenzileyo na? Anazi yini ukuthi umuntu onjengami uyakwazi ukubhula na?”
Amadoda ayekuqaphele lokho kukhuluma, ashesha ukukufakazela akushilo, athi: “Impela ungumfowenu uBheni Hadadi.” Wathi: “Hambani, nimlande.” UBheni Hadadi wayesephuma, weza kuye, wamgibelisa enqoleni yakhe.
Wadabulisa indodana yakhe emlilweni, wahlola imihlola, wabhula, wavumela abanamadlozi nabathakathi. Wenza okubi okuningi phambi kukaSimakade, wachukuluza ulaka lwakhe.