Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 41:2 - IsiZulu 2020

Kwase kwenyuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Bheka, kwakhuphuka emfuleni izithole eziyisikhombisa ezibukeka kahle, zikhuluphele, zadla emhlangeni.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Bheka, kwakhuphuka emfuleni izinkomo eziyisikhombisa ezinhle namanoni enyama; badla edlelweni.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 41:2
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Emva kweminyaka emibili, uFaro waphupha emi ngasemfuleni.


kwakhuphuka emfuleni izinkomazi eziyisikhombisa ezibukeka kahle ezikhulupheleyo, zaklaba emhlangeni.


Kwaphinde kwenyuka emfuleni ezinye izinkomazi eziyisikhombisa, ezazibukeka kabi, zondile, zema eduze kwalezo ezazisosebeni lomfula.


Umhlanga ungahluma yini lapho kungenaxhaphozi khona na? Ibhuma lingamila yini kungekho amanzi na?


Imifula iyonuka, imifudlana eGibhithe iyoncipha, ishe, kubune umhlanga nebhuma.


Kuyoba namaqwaqwasi ngaseNayili, osebeni lweNayili, konke okutshalwe ngaseNayili kuyokoma, kuhlakazwe, kungabe kusaba bikho.