USimakade wathi kuye: “Akusoze kwenzeka lokho, ngoba uma umuntu ekubulala, uyojeziswa kasikhombisa.” USimakade wayesembeka uphawu uKhayini ukuze lwexwayise noma ngubani ohlangana naye angambulali.
UGenesise 4:24 - IsiZulu 2020 Uma uKhayini eyophindiselwa kasikhombisa, uLameki uyophindiselelwa kamashumi ayisikhombisa nesikhombisa.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yebo, uKayini uyakuphindiselwa kasikhombisa, kepha uLameka kamashumi ayisikhombisa, aphindwe kasikhombisa.” Contemporary Zulu Bible 2024 Uma uKayini eyakuphindiselwa kasikhombisa, uLameka kamashumi ayisikhombisa nesikhombisa. |
USimakade wathi kuye: “Akusoze kwenzeka lokho, ngoba uma umuntu ekubulala, uyojeziswa kasikhombisa.” USimakade wayesembeka uphawu uKhayini ukuze lwexwayise noma ngubani ohlangana naye angambulali.
UJesu wathi kuye: “Angisho kuwe ukuthi kuze kube kasikhombisa, kodwa kuze kube kama-70 aphindwe kasikhombisa.