Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 4:22 - IsiZulu 2020

UZila wazala uThubhali Khayini, owayengumkhandi wazo zonke izinhlobo zezinto ezenziwe ngethusi nangensimbi. Udadewabo kaThubhali Khayini kwakunguNahama.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

USila wazala uThubali Kayini; wayengumkhandi wazo zonke izinto zethusi nezensimbi ezisikayo. Udadewabo kaThubali Kayini wayenguNahama.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

USila wazala uThubalikayini, umfundisi wazo zonke izisebenzi zethusi nezensimbi; udadewabo kaThubali-kayin wayenguNahama.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 4:22
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Igama lomnawakhe nguJubhali. Yena wayengukhokho walabo ababengababethi bogubhu nomtshingo.


ULameki wathi komkakhe: “We Ada noZila, ake ningilalele! Bafazi bakaLameki, yizwani engikushoyo! Ngibulale umuntu ngoba engilimazile, nensizwa ngokungishaya kwayo.


“Ngakho-ke ake uthumele kimi umuntu oyingcweti, osebenza ngegolide, ngesiliva, ngethusi, ngensimbi, ngokubukhwebezane, ngokubomvu, nangokuluhlaza; oyingcweti yokuqopha yonke imiqopho, azosebenza nezingcweti ezinami kwaJuda naseJerusalema, ezabekwa nguDavide ubaba.


Yilo umnikelo eniyakuwuletha uvela kubo: igolide, isiliva, ithusi,


igolide, isiliva, ithusi, insimbi, ithini, nomthofu,


Imigoqo yakho ingeyensimbi nethusi, njengoba zinjalo izinsuku zakho; ayoba njalo namandla akho.’


izwe lapho uyakudla khona isinkwa ungesweli lutho; awuyukudinga lutho; izwe elimatshe alo ayinsimbi, ezintabeni zalo uyakumba ithusi.