Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
UGenesise 38:3 - IsiZulu 2020 Yakhulelwa, yazala indodana, wayiqamba igama wathi ngu-Eri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yakhulelwa, yazala indodana, yaqamba igama layo ngokuthi u-Eri. Contemporary Zulu Bible 2024 Wakhulelwa, wazala indodana; waqamba igama layo ngokuthi u-Eri. |
Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
Amadodana kaJuda: u-Eri, u-Onani noShela, laba bobathathu wabazala kumKhananikazi, uBhathi Shuwa. U-Eri, izibulo likaJuda, wenza okubi phambi kukaSimakade; uSimakade wambulala.