U-Isaka wayemthanda kakhulu u-Esawu, ngokuba wayeyithanda inyama yenyamazane, kanti uJakobe wayethandwa kakhulu ngunina uRibheka.
UGenesise 27:6 - IsiZulu 2020 uRibheka wathi endodaneni yakhe uJakobe: “Ngimzwile uyihlo ethi kumfowenu u-Esawu: IBHAYIBHELI ELINGCWELE URebeka wakhuluma kuJakobe indodana yakhe, wathi: “Bheka, ngizwe uyihlo ekhuluma no-Esawu umnewenu, ethi: Contemporary Zulu Bible 2024 URebeka wakhuluma kuJakobe indodana yakhe, wathi: “Bheka, ngizwile uyihlo ekhuluma no-Esawu umnewenu, ethi: |
U-Isaka wayemthanda kakhulu u-Esawu, ngokuba wayeyithanda inyama yenyamazane, kanti uJakobe wayethandwa kakhulu ngunina uRibheka.
URibheka wayelalele lapho u-Isaka ekhuluma nendodana yakhe u-Esawu. Ngakho-ke kuthe ukuba aphume u-Esawu ukuyozingela inyamazane,
‘Ngilethele inyamazane, ungiphekele isilovela esehla esiphundu, ngidle, bese ngiyakubusisa phambi kukaSimakade ngingakafi.’