Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 27:3 - IsiZulu 2020

Ngakho-ke thatha umcibisholo nomnsalo wakho uye endle, ungizingelele inyamazane,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ngalokho awuthathe manje izikhali zakho, umgodla wakho nomnsalo wakho, uye endle, ungizingelele inyamazane,

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Manje thatha izikhali zakho, umgodla wakho nomnsalo wakho, uye endle, ungithathele inyamazane;

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 27:3
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Wayeyiphisi elinamandla phambi kukaSimakade. Yingakho kunesisho esithi: “Kuhle kukaNimrodi iphisi elinamandla phambi kukaSimakade.”


ubuye ungiphekele isilovela esehla esiphundu, usilethe kimi, ngidle, bese ngikubusisa ngingakafi.”


Kuyoyiwa khona ngeminsalo nemicibisholo, ngokuba izwe liyobe seligcwele ameva namakhakhasi.


Konke kuvunyelwe kimi, kepha akusikho konke okusizayo. Konke kuvunyelwe kimi, kodwa mina anginakubuswa yilutho.