Owabona ilanga kuqala wayenomzimba ompofu ngebala, ephuphuzela uboya bunjengobesiphuku, lona wamqamba igama wathi ngu-Esawu.
UGenesise 27:16 - IsiZulu 2020 Wamfaka izikhumba zamazinyane ezandleni, nasentanyeni yakhe eyayibushelelezi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wamnqwambisa izikhumba zamazinyane ezimbuzi ezandleni zakhe nasocwatheni lwentamo. Contemporary Zulu Bible 2024 Wabeka izikhumba zezinqama ezandleni zakhe nasentanyeni yakhe ebushelelezi. |
Owabona ilanga kuqala wayenomzimba ompofu ngebala, ephuphuzela uboya bunjengobesiphuku, lona wamqamba igama wathi ngu-Esawu.
URibheka wathatha izingubo zakwanokusho zika-Esawu indodana yakhe endala, ayezibeke endlini yakhe, wazigqokisa uJakobe.
Wahluleka ukwehlukanisa ukuthi lona nguJakobe, ngoba izandla zakhe zaziphuphuzela uboya njengezika-Esawu umnewabo, ngakho-ke wambusisa.