Owabona ilanga kuqala wayenomzimba ompofu ngebala, ephuphuzela uboya bunjengobesiphuku, lona wamqamba igama wathi ngu-Esawu.
UGenesise 27:11 - IsiZulu 2020 UJakobe wathi kunina uRibheka: “Bheka, umnewethu u-Esawu uphuphuzela uboya, kanti mina nginesikhumba esibushelelezi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, umnewethu ungumuntu oyinundu, mina ngiluqwatha. Contemporary Zulu Bible 2024 UJakobe wathi kuRebeka unina: “Bheka, u-Esawu umfowethu uyindoda enoboya, mina ngiyindoda ebushelelezi.” |
Owabona ilanga kuqala wayenomzimba ompofu ngebala, ephuphuzela uboya bunjengobesiphuku, lona wamqamba igama wathi ngu-Esawu.
Wahluleka ukwehlukanisa ukuthi lona nguJakobe, ngoba izandla zakhe zaziphuphuzela uboya njengezika-Esawu umnewabo, ngakho-ke wambusisa.