UNkulunkulu wafika ebusuku ngephupho ku-Abhimeleki, wathi: “Uyabona, uzokufa ngenxa yalo wesifazane omthathile; ungumkamuntu.”
UGenesise 26:26 - IsiZulu 2020 Kwase kufika u-Abhimeleki evela eGerari, ehamba no-Ahuzathi umeluleki wakhe, noPhikholo, umkhuzi wamabutho empi yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE U-Abimeleki wayeseya kuye evela eGerari, eno-Ahuzati umngane wakhe noPikoli induna yempi yakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngemva kwalokho u-Abimeleki waya kuye evela eGerari, no-Ahusati umngane wakhe noPikoli induna yebutho lakhe. |
UNkulunkulu wafika ebusuku ngephupho ku-Abhimeleki, wathi: “Uyabona, uzokufa ngenxa yalo wesifazane omthathile; ungumkamuntu.”
U-Isaka wathi kubo: “Nizofunani lapha kimi, ngoba nina niyangizonda, naze nangidingisa na?”