U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.
UGenesise 26:23 - IsiZulu 2020 Wasuka lapho wakhuphukela eBheri Sheba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wasuka lapho, wakhuphuka waya eBeri Sheba. Contemporary Zulu Bible 2024 Wasesuka lapho waya eBherisheba. |
U-Abhrahama wavuka ngovivi, wathatha isinkwa nemvaba yamanzi wakunika uHagari, wayesemethwesa khona ehlombe, wamkhomba indlela benomfana. Owesifazane wazulazula ehlane eBheri Sheba.
U-Abhrahama waphindela ezincekwini zakhe, base besuka bephindela eBheri Sheba; u-Abhrahama wakha khona.
U-Israyeli waphuma eKhanani nakho konke ayenakho, kwathi lapho efika eBheri Sheba, wenzela uNkulunkulu kayise u-Isaka umhlatshelo.
Kodwa ningalifuni iBhethele, ningayi eGiligali, ningadluleli eBheri Sheba, ngokuba impela iGiligali liyakuthunjwa, iBhethele liphenduke ize.
Abantu bakwa-Israyeli baphuma kusukela kwaDani kuya eBheri Sheba, nakwaGileyadi, babuthana eMizpha kwaba ngathi ngumuntu munye, phambi kukaSimakade.