U-Abhrahama wayesekhononda ku-Abhimeleki ngomthombo wamanzi ayewephucwe yizinceku zakhe.
UGenesise 26:21 - IsiZulu 2020 Base bemba omunye umthombo, babuye bababangisa nakulowo, wayesewuqamba ethi yiSithina. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bemba omunye umthombo, baphikisana nangawo. Waqamba igama lawo ngokuthi iSitina.* Contemporary Zulu Bible 2024 Bemba omunye umthombo, baxabana nangawo, wawuqamba ngokuthi iSitina. |
U-Abhrahama wayesekhononda ku-Abhimeleki ngomthombo wamanzi ayewephucwe yizinceku zakhe.
Kwaqubuka umbango phakathi kwabelusi baseGerari nabaka-Isaka, abaseGerari bethi: “Lawa manzi ngawethu.” Wawuqamba lowo mthombo wathi yi-Eseki okunguthi kusembangweni, ngoba bambangisa.
Wasuka wayokumba omunye umthombo; kulowo abambangisanga, ngakho-ke wawuqamba ngokuthi yiRehobhothi, ngokuba wathi: “Manje uSimakade usesinike indawo ebanzi, wasenza sanda ezweni.”
Ngesikhathi sokubusa kuka-Ahasheveroshi, esaqala nje ukubusa, izitha zabhala incwadi zimangalela izakhamuzi zakwaJuda naseJerusalema.