U-Isaka wabuye wayimba imithombo eyayikade imbiwe emihleni ka-Abhrahama, wayibiza ngamagama ayeyiqambe wona uyise, ngokuba amaFilisti ayekade eyivalile emva kokufa kuka-Abhrahama.
UGenesise 26:19 - IsiZulu 2020 Kwathi lapho izinceku zika-Isaka zimba esigodini zathola umthombo ogelezayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Izinceku zika-Isaka zemba esigodini, zafumana umthombo wamanzi aphethuzayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Izinceku zika-Isaka zemba esigodini, zathola lapho umthombo nomthombo. |
U-Isaka wabuye wayimba imithombo eyayikade imbiwe emihleni ka-Abhrahama, wayibiza ngamagama ayeyiqambe wona uyise, ngokuba amaFilisti ayekade eyivalile emva kokufa kuka-Abhrahama.
Kwaqubuka umbango phakathi kwabelusi baseGerari nabaka-Isaka, abaseGerari bethi: “Lawa manzi ngawethu.” Wawuqamba lowo mthombo wathi yi-Eseki okunguthi kusembangweni, ngoba bambangisa.
Okholwa yimi, njengokusho kombhalo, esiswini sakhe kuyakugobhoza imifula yamanzi aphilayo.”