Waphendula wathi kuyo: “Ngiyindodakazi kaBhethuweli, indodana kaMilkha, ayizalela uNahori.”
UGenesise 24:25 - IsiZulu 2020 Waqhubeka wathi: “Sinotshani nefolishi eliningi ekhaya, nendawo yokulala.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yaqhubeka yathi kuyo: “Sinotshani nefoliji eliningi, nendawo yokulala.” Contemporary Zulu Bible 2024 Wathi kuye: “Sinotshani obanele, imfuyo nendawo yokulala.” |
Waphendula wathi kuyo: “Ngiyindodakazi kaBhethuweli, indodana kaMilkha, ayizalela uNahori.”
Ngakho-ke indoda yangena endlini, uLabani wawethula imithwalo amakameli, wayesewaphakela utshani nefolishi. Indoda namadoda ayeyiphelezela babanika amanzi okugeza izinyawo.
Omunye kuthe evula isaka lakhe esikhungweni sokulala ukuba anike imbongolo yakhe ukudla, wafica imali yakhe emlonyeni wesaka.
Kodwa ohloniphekileyo uceba okuhloniphekileyo, futhi umi ngezinto ezihloniphekile.