Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 13:4 - IsiZulu 2020

nalapho wayekade akhe khona i-althare. Wakhuleka egameni likaSimakade.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

indawo ye-altare abelenzile khona kuqala; u-Abrama wakhuleka lapho egameni likaJehova.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

endaweni ye-altare alenza khona kuqala; u-Abrama wakhuleka lapho eGameni leNkosi.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 13:4
21 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

U-Abhrama wayesesusa ithende lakhe, wahamba, wafike wahlala eduze kwezihlahla ezinkulu zemi-okhi eMamre, eHebhroni, wayesemakhela khona uSimakade i-althare.


U-Isaka wayesakha i-althare lapho, wakhuleka egameni leNkosi, wagxumeka ithende lakhe, izinceku zakhe zamba umthombo lapho.


USethi naye wazibula ngendodana wayiqamba ngokuthi ngu-Enoshe. Baqala lapho-ke abantu ukukhuleka egameni likaSimakade.


Bongani uSimakade ngokuba muhle, umusa wakhe umi ingunaphakade.


Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.


Mabambonge uSimakade ngomusa wakhe nangezimangaliso zakhe kubantwana babantu.


Ngiyakunikela kuwe umnikelo wokubonga, ngibize igama likaSimakade.


Ngokuba ubeke indlebe yakhe kimi, ngizokhuleka kuye ngisaphila.


USimakade useduze nabo bonke abambizayo, bonke abambiza ngeqiniso.


Simakade, ngiyithanda kakhulu indlu ohlala kuyo, nendawo lapho kuhlala khona inkazimulo yakho.


Ngokuba usuku lulunye emagcekeni akho, luhle kunezinye eziyizinkulungwane. Ngiyakhetha ukulinda emnyango wendlu kaNkulunkulu wami, kunokuhlala emathendeni ezikhohlakali.


Khona uyakumemeza, kusabele uSimakade; uyakukhala, bese ethi: ‘Bheka, ngilapha.’ “Uma ususa ijoka phakathi kwenu, ukukhombana ngeminwe, nokukhuluma kabi,


Niyakungibiza, nize nikhuleke kimi, ngiyakunizwa.


“ ‘Ngokuba ngaleso sikhathi ngiyakunika abantu izindebe zomlomo ezihlanzekileyo, ukuze bonke babize igama likaSimakade, bamkhonze bemunye.


ngibhalela ibandla likaNkulunkulu eliseKhorinte, kwabangcwelisiwe kuKhristu uJesu, ababiziweyo ukuba babe ngcwele. Ngibhalela nabo bonke abakhuleka egameni leNkosi yethu uJesu Khristu ezindaweni zonke abakuzo: