Esemzele u-Arifaksadi, waphila iminyaka engama-500: wayezele namanye amadodana namadodakazi.
UGenesise 11:10 - IsiZulu 2020 Nanku umlando wezizukulwane zikaShemu. Kwaphela iminyaka emibili unqamukile uzamcolo, uShemu eseneminyaka eyikhulu, wazala u-Arifaksadi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lezi ziyizizukulwane zikaShemi; uShemi wayeneminyaka eyikhulu, wazala u-Arpakishade iminyaka emibili emva kukazamcolo. Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizizukulwane zikaShemu: UShemi wayeneminyaka eyikhulu ubudala, noyise ka-Arpakishade iminyaka emibili ngemva kukazamcolo. |
Esemzele u-Arifaksadi, waphila iminyaka engama-500: wayezele namanye amadodana namadodakazi.
Nanku umlando wezizukulwane zikaThera. UThera wazala u-Abhrama, uNahori, noHarana. UHarana wazala uLothi.