Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 10:25 - IsiZulu 2020

U-Ebhere wazala amadodana amabili. Enye yawo kwakuthiwa nguPhelegi, ngoba ngesikhathi sakhe izwe ladatshulwa izifunda. Enye kwakuthiwa uJokithani.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

U-Ebere wazala amadodana amabili; igama lomunye lalinguPhelege,* ngokuba emihleni yakhe izwe ladatshulwa. Igama lomfowabo lalinguJokothane.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UHebhere wazalelwa amadodana amabili: igama lomunye lalinguPhelege; ngokuba emihleni yakhe umhlaba wahlukaniswa; igama lomfowabo lalinguJoketan.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 10:25
10 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

uShemu naye wazalelwa amadodana, ungukhokho waso sonke isizukulwane sabakwa-Ebhere nomnewabo kaJafethi.


UJokithani wazala u-Alimodadi, uShelefu, uHazamavete, uJera,


Yileyo-ke imindeni yamadodana kaNowa ngokozalo lwawo nangokwezizwe zawo. Kuwo kwavela izizwe ezasabalala nomhlaba wonke emveni kukazamcolo.


Kulaba kwadabuka izizwe ezisemazweni agudle ulwandle, zehlukana ngolimi, ngemindeni, nangezizwe.


U-Ebhere wazala amadodana amabili: igama lenye kwakunguPhelege, ngokuba emihleni yayo izwe ladatshulwa. Igama lomfowabo kwakunguJokothane.


izwe elanikwa zona kuphela, akukho mfokazi owadabula phakathi kwabo.


Wazenza izizwe zonke ngagazi linye ukuba zakhe ebusweni bomhlaba, wamisa izinkathi ezinqunyiweyo nemingcele yokuhlala kwazo,


OPhezukonke lapho abela izizwe ifa lazo, lapho ehlukanisela abantwana babantu, wamisa imingcele yezizwe ngokwenani labantu bakwa-Israyeli.