Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 1:13 - IsiZulu 2020

Kwahlwa, kwabuye kwasa, kwaba ngusuku lwesithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwaba ngukuhlwa, kwaba ngukusa, usuku lwesithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwaba ngukuhlwa, kwaba kusasa, usuku lwesithathu.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 1:13
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Kwamila utshani emhlabeni: izitshalo ezithela imbewu, nezihlahla ezithela izithelo ezinembewu ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.


UNkulunkulu wathi: “Makuvele izikhanyisi emkhathini ukuze zehlukanise imini nobusuku, zibe yinkomba yezinkathi neyezinsuku neyeminyaka,


UNkulunkulu wakubona konke ayekudalile ukuthi kwakukuhle kakhulu. Kwahlwa, kwabuye kwasa, kwaba ngusuku lwesithupha.


UNkulunkulu wakubiza ukukhanya ngokuthi yimini, ubumnyama wabubiza ngokuthi wubusuku. Kwahlwa, kwabuye kwasa, kwaba ngusuku lokuqala.


UNkulunkulu wawuqamba umkhathi ngokuthi yisibhakabhaka. Kwahlwa, kwabuye kwasa, kwaba ngusuku lwesibili.


UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: namhlanje, ngalobu busuku, lingakakhali kabili iqhude, uzakungiphika kathathu.”