Yakhuluma kubo njengokwelulekwa yizinsizwa, yathi: “Ubaba wayenethwese ijoka elinzima, mina-ke ngizothasisela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngizonishaya ngofezela.”
UEksodusi 5:5 - IsiZulu 2020 UFaro waqhubeka wathi: “Laba bantu sebebaningi kakhulu kunabantu bakuleli lizwe, nokho nifuna ukuba bayeke ukwenza imisebenzi yabo enzima.” IBHAYIBHELI ELINGCWELE UFaro wathi: “Bheka, abantu sebebaningi ezweni, nokho niyabaphumuza emithwalweni yabo.” Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesethi uFaro: “Bheka, abantu bezwe sebebaningi manje, nibayeke baphumule emithwalweni yabo.” |
Yakhuluma kubo njengokwelulekwa yizinsizwa, yathi: “Ubaba wayenethwese ijoka elinzima, mina-ke ngizothasisela ejokeni lenu; ubaba wanishaya ngeziswebhu, mina ngizonishaya ngofezela.”
Ubaba wanethwesa ijoka elinzima, mina-ke ngizothasisela ejokeni lenu. Ubaba wanishaya ngeziswebhu, kodwa mina ngizonishaya ngofezela.’ ”
Langa limbe uMose esekhulile, waya kubantu bakubo, wabubona ubunzima ababebuthwele; wabona umGibhithe eshaya umHebheru ongomunye wabantu bakubo.
Udumo lwenkosi lusebuningini babantu ebabusayo, kepha ukuswela abantu kungukubhubha kombusi.