Wakha futhi amakhubhithi angama-20 ngamapulangwe emisedari ngaseceleni lendlu langasemuva, kusukela phansi kuze kufike emishayweni, wazakhela phakathi okwaba yigumbi, okuyindawo engcwelengcwele.
UEksodusi 26:23 - IsiZulu 2020 Uyokwenza amapulangwe amabili ngasemuva kwethabanakeli abe ngamakhona alo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amapulangwe amabili uyakuwenzela amagumbi etabernakele angasemuva, Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe wenze izinsika ezimbili emagumbini etabernakele ezinhlangothini zombili. |
Wakha futhi amakhubhithi angama-20 ngamapulangwe emisedari ngaseceleni lendlu langasemuva, kusukela phansi kuze kufike emishayweni, wazakhela phakathi okwaba yigumbi, okuyindawo engcwelengcwele.
Ohlangothini lwethabanakeli olungasemuva ngasentshonalanga uyomisa amapulangwe ayisithupha.
Lawa mapulangwe asemakhoneni kufanele ahlanganiswe kusukela phansi kuze kuyofika phezulu, amapulangwe amabili enza amakhona ayokwenziwa kanjalo nawo.