Uma indoda ithatha omunye umfazi, kufanele umfazi wokuqala iqhubeke nokumnikeza ukudla nezingubo njengakuqala, namalungelo akhe obufazi angaguquki.
UEksodusi 21:9 - IsiZulu 2020 Uma ithenga isigqila sesifazane ukuze isinikele endodaneni yaso ngokwesiko iyosiphatha njengendodakazi yayo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma isimisela indodana yayo, yosiphatha njengamadodakazi. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uma iyithembise indodana yayo, kumelwe yenze kuyo ngokwendlela yamadodakazi. |
Uma indoda ithatha omunye umfazi, kufanele umfazi wokuqala iqhubeke nokumnikeza ukudla nezingubo njengakuqala, namalungelo akhe obufazi angaguquki.
Uma singamthokozisi umniniso, owasikhetha ukuba sibe ngesakhe, uyakuvuma ukuba sihlengwe; akayukuba nalungelo lokuba asidayisele abantu bezizwe, lokhu engasiphathanga kahle yena.