Uma umniniso esinike umfazi samzalela amadodana noma amadodakazi, owesifazane nabantwana bayoba ngabomnini wesigqila, sona siphume sihambe sodwa.
UEksodusi 21:5 - IsiZulu 2020 Kepha uma isigqila sisho ngokucacile sithi: ‘Ngiyamthanda umnumzane wami, nomkami nabantwana bami, ngakho-ke anginakuhamba njengokhululekileyo,’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uma isigqila siyakusho nokusho ukuthi: ‘Ngiyathanda inkosi yami, nomkami, nabantwana bami, angiyikuphuma ngikhululekile,’ Contemporary Zulu Bible 2024 Uma inceku isho nokusho ukuthi: ‘Ngithanda inkosi yami, nomkami, nabantwana bami; Ngeke ngiphume ngikhululekile. |
Uma umniniso esinike umfazi samzalela amadodana noma amadodakazi, owesifazane nabantwana bayoba ngabomnini wesigqila, sona siphume sihambe sodwa.
umniniso uyosithatha asilethe kuNkulunkulu, uyosimisa ngasemnyango noma ngasensikeni yomnyango bese umniniso esibhoboza indlebe ngosungulo, sibe yisigqila sakhe impilo yaso yonke.
Simakade Nkulunkulu wethu, sibuswe ngamanye amakhosi esikhundleni sakho, kodwa thina sidumisa igama lakho kuphela.