Waqalaza ngapha nangapha, wangabona muntu, wayesembulala umGibhithe, wamfihla esihlabathini.
Waphendukela ngalapha nangalapha; esebonile ukuthi akukho muntu, wambulala owaseGibithe, wamthukusa esihlabathini.
Wabheka ngapha nangapha, wabona ukuthi akukho muntu, wambulala owaseGibithe, wamthukusa esihlabathini.