UJosefa wathi kubafowabo: “Sengizokufa mina, kodwa uNkulunkulu akasoze anilibala nakanye, uyonikhuphula kuleli lizwe, aniphindisele ezweni alethembisa ngesifungo ko-Abhrahama, no-Isaka, noJakobe.”
UEksodusi 1:6 - IsiZulu 2020 UJosefa wafa, kwafa nabo bonke abafowabo, naso sonke leso sizukulwane. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJosefa wafa, nabo bonke abafowabo, naso sonke leso sizukulwane. Contemporary Zulu Bible 2024 UJosefa wafa kanye nabo bonke abafowabo naso sonke isizukulwane. |
UJosefa wathi kubafowabo: “Sengizokufa mina, kodwa uNkulunkulu akasoze anilibala nakanye, uyonikhuphula kuleli lizwe, aniphindisele ezweni alethembisa ngesifungo ko-Abhrahama, no-Isaka, noJakobe.”
UJosefa wafa eseqede iminyaka eyi-110, abantu bamgqumisa ngemithi, wayesefakwa ebhokisini lomngcwabo eGibhithe.
Sonke leso sizukulwane safa sabekwa nokhokho baso, kwakhula esinye isizukulwane emva kwabo, esasingamazi uSimakade nomsebenzi ayewenzele u-Israyeli.