Kwathi u-Israyeli esehleli kulelo lizwe, uRubeni walala noBhiliha isancinza sikayise. Uyise u-Israyeli wezwa ngaleyo ndaba. UJakobe wayenamadodana ali-12.
UEksodusi 1:2 - IsiZulu 2020 uRubeni, uSimeyoni, uLevi, uJuda, IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngoRubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda, Contemporary Zulu Bible 2024 ORubeni, noSimeyoni, noLevi, noJuda, |
Kwathi u-Israyeli esehleli kulelo lizwe, uRubeni walala noBhiliha isancinza sikayise. Uyise u-Israyeli wezwa ngaleyo ndaba. UJakobe wayenamadodana ali-12.
Lawo kwakungamadodana kaBhiliha, uLabani ayemunike yena uRaheli, indodakazi yakhe, esewonke ayeyisikhombisa.
Lawa ngamagama amadodana ka-Israyeli afika noJakobe eGibhithe; yileyo naleyo nabedlu yayo: