Lapho uSimakade ebona ukuthi uLeya uyisaliwakazi, wamvula isibeletho sakhe, kodwa wasivala esikaRaheli.
UEksodusi 1:1 - IsiZulu 2020 Lawa ngamagama amadodana ka-Israyeli afika noJakobe eGibhithe; yileyo naleyo nabedlu yayo: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawa angamagama amadodana ka-Israyeli afika eGibithe noJakobe; yileyo naleyo yafika nomuzi wayo: Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamagama abantwana bakwa-Israyeli abafika eGibithe; bonke beza noJakobe kanye nendlu yakhe. |
Lapho uSimakade ebona ukuthi uLeya uyisaliwakazi, wamvula isibeletho sakhe, kodwa wasivala esikaRaheli.
Eseyalela sekuphuma umphefumulo, wayiqamba igama wathi nguBhenoni, kodwa uyise wathi nguBhenjamini.
Amadodana kaJosefa azalelwa eGibhithe aba mabili, ngakho-ke bonke abendlu kaJakobe abaya eGibhithe babengama-70.
amagama ayisithupha etsheni elilodwa, namanye ayisithupha kwelinye itshe njengokwelamana kwawo.
“Nanka amagama ezizwe: UDani uyakuba nesabelo, kusukela emngceleni osenyakatho eceleni komgwaqo eHethiloni kuya eLebho Hamathi, kuze kuyofika eHazari Enani elingumngcele eDamaseku ngasenyakatho eceleni kweHamathi, kuya ohlangothini olusempumalanga kuze kube sentshonalanga.