Ngathumela iminyovu phambi kwenu, eyaxosha phambi kwenu amakhosi amabili ama-Amori, kwakungengankemba yakho noma ngomnsalo wakho.
UDuteronomi 7:20 - IsiZulu 2020 USimakade uNkulunkulu wakho uyothumela iminyovu phakathi kwazo, kuthi bonke abaseleyo nabazithukusileyo babhubhe baphele phambi kwakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Futhi uJehova uNkulunkulu wakho uyakuthuma iminyovu phakathi kwazo, kuze kuthi bona abaseleyo abazithukusayo baphele phambi kwakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uJehova uNkulunkulu wakho uyothumela iminyovu phakathi kwabo baze babhujiswe labo abasalayo abazifihlayo phambi kwakho. |
Ngathumela iminyovu phambi kwenu, eyaxosha phambi kwenu amakhosi amabili ama-Amori, kwakungengankemba yakho noma ngomnsalo wakho.