UMose noJoshuwa, indodana kaNuni, wafika wakhuluma wonke amazwi aleli hubo kubantu bonke belalele.
UDuteronomi 32:45 - IsiZulu 2020 UMose eseqedile ukukhuluma wonke lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli, IBHAYIBHELI ELINGCWELE UMose eseqedile ukukhuluma onke lawa mazwi kubo bonke abakwa-Israyeli Contemporary Zulu Bible 2024 UMose waqeda ukukhuluma onke lawa mazwi ku-Israyeli wonke. |
UMose noJoshuwa, indodana kaNuni, wafika wakhuluma wonke amazwi aleli hubo kubantu bonke belalele.
wathi kubo: “Agcineni enhliziyweni yenu wonke lawa mazwi enginixwayisa ngawo namuhla, niyale ngawo abantwana benu, ukuze baqikelele ukuwenza wonke amazwi alo mthetho.