Kungani kungashiwo njengokuba abanye bekhuluma kabi ngathi, bethi: masenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukwehlulelwa kwabo kubafanele.
UDuteronomi 25:11 - IsiZulu 2020 “Uma amadoda amabili elwa, bese umfazi wenye esondela ukuyokhulula indoda yakhe esandleni saleyo eyishayayo, elule isandla sakhe, ayibambe ngomphambili, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Nxa amadoda amabili elwa, umfazi wenye abesesondela ukuyophula indoda yakhe esandleni saleyo eyishayayo, aselule isandla sakhe, ayibambe ngomphambili, Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho amadoda exabana, futhi umfazi wenye esondela ukuze akhulule indoda yakhe esandleni salowo oyishayayo, futhi elule isandla sakhe futhi ayibambe ngasese; |
Kungani kungashiwo njengokuba abanye bekhuluma kabi ngathi, bethi: masenze okubi, ukuze kuvele okuhle na? Ukwehlulelwa kwabo kubafanele.
Kanjalo-ke nabesifazane mabagqoke izingubo ezifaneleyo, bahlobe ngokuhlakanipha nokuqonda, kungabi ngezinwele ezelukiweyo, ngegolide, ngamapharele noma ngezembatho ezibizayo.