UDuteronomi 24:12 - IsiZulu 2020 Uma engumuntu ompofu, ungalali nalokho okuyisibambiso sakhe, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma engumuntu ompofu, ungalali nalokhu okuyisibambiso sakhe, Contemporary Zulu Bible 2024 Uma lowo muntu empofu, akumelwe ulale nesibambiso sakhe. |
kepha uyakukubuyisela impela kuye okuyisibambiso ekushoneni kwelanga, ukuze alale ngengubo yakhe, akubusise. Lokho kuyokuba ukulunga kuwe phambi kukaSimakade uNkulunkulu wakho.
“Awuyukuhlanekezela ubulungiswa lapho ubhekene nomfokazi noma intandane, futhi ungayithathi ingubo yomfelokazi ibe yisibambiso,