Isitha selulele isandla saso phezu kwakho konke okuthandekayo kwalo. Impela libabonile abezizwe bengena endaweni yalo engcwele; labo owayala ukuba bangangeni ebandleni lakho.
UDuteronomi 23:1 - IsiZulu 2020 “Olimele emasendeni noma onqunywe umphambili akanakungena ebandleni likaSimakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Olimele emasendeni noma enqunyiwe umphambili akanakungena ebandleni likaJehova. Contemporary Zulu Bible 2024 Olinyazwe ngamatshe noma enqunyiwe isitho sakhe, makangangeni ebandleni likaJehova. |
Isitha selulele isandla saso phezu kwakho konke okuthandekayo kwalo. Impela libabonile abezizwe bengena endaweni yalo engcwele; labo owayala ukuba bangangeni ebandleni lakho.
Akusekho mJuda namGriki, oboshiweyo nokhululekileyo; akusekho owesilisa nowesifazane, ngokuba nonke nimunye kuKhristu uJesu.
Abantwana besizukulwane sesithathu abayobazala, bayongena ebandleni likaSimakade.”
“ ‘Makaqalekiswe olala nomkayise, ngokuba wambulile isidwaba sikayise.’ “Bonke abantu bayothi: ‘Amen.’