Ukuzalwa kukaJesu kwaba kanje: uMariya unina kaJesu wayesethenjiswe umendo uJosefa; bengakahlangani, uMariya watholakala esekhulelwe ngokukaMoya oNgcwele.
UDuteronomi 22:27 - IsiZulu 2020 ngoba indoda iyifumane endle; noma intombi eyingoduso ikhalile, kodwa bekungekho muntu obengayihlenga. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ngokuba wayifumana isendle; noma intombi eyingoduso yakhala, akwabakho muntu wokuyisindisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba wamfica egangeni, intombazana eyayithenjisiwe yakhala, kodwa kwakungekho owayeyisindisa. |
Ukuzalwa kukaJesu kwaba kanje: uMariya unina kaJesu wayesethenjiswe umendo uJosefa; bengakahlangani, uMariya watholakala esekhulelwe ngokukaMoya oNgcwele.
Ungayenzi lutho intombi, ngokuba ayinasono esifanele ukuba ife, lokhu leyo ndaba ifana nokuthi umuntu avukele umakhelwane wakhe, ambulale,
“Uma indoda ithola intombi engesiyo ingoduso, iyibambe, ilale nayo, bese bebanjwa oqotsheni,