Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UDuteronomi 22:26 - IsiZulu 2020

Ungayenzi lutho intombi, ngokuba ayinasono esifanele ukuba ife, lokhu leyo ndaba ifana nokuthi umuntu avukele umakhelwane wakhe, ambulale,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

ungenzi lutho kuyo intombi, ngokuba asikho entombini isono esifanele ukufa, lokhu le ndaba injengokuba umuntu evukela umakhelwane wakhe, ambulale,

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kodwa ungenzi lutho entombini; akukho sono entombini okufanele ukufa, ngokuba njengalapho indoda ivukela umakhelwane wayo, imbulale, injalo le ndaba.

Uka jalj uñjjattʼäta



UDuteronomi 22:26
3 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

“Uma umuntu onile efanelwe wukufa, uyobulawa, aphanyekwe emthini.


“Uma indoda ithola endle intombi eyingoduso, bese iyibamba, ilale nayo, kuyokufa kuphela indoda elale nayo.


ngoba indoda iyifumane endle; noma intombi eyingoduso ikhalile, kodwa bekungekho muntu obengayihlenga.