“ ‘Oyolala nowesifazane oyisigqila eyingoduso yomunye, kodwa engahlengiwe, noma athole inkululeko, kuyokwenziwa ucwaningo, abanakubulawa ngenxa yokuba wayengakanikwa inkululeko.
UDuteronomi 22:23 - IsiZulu 2020 “Uma kukhona intombazana eyintombi, nokho esiyingoduso yendoda, bese umuntu eyithola emzini, alale nayo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Uma ikhona intombazana eyintombi iyingoduso yendoda, umuntu ayifumane emzini, alale nayo, Contemporary Zulu Bible 2024 Uma intombazane eyintombi igane indoda, indoda iyithole emzini, yalala nayo; |
“ ‘Oyolala nowesifazane oyisigqila eyingoduso yomunye, kodwa engahlengiwe, noma athole inkululeko, kuyokwenziwa ucwaningo, abanakubulawa ngenxa yokuba wayengakanikwa inkululeko.
Ngumuphi umuntu onengoduso angakayithathi, na? Makahambe, abuyele endlini yakhe, funa afele empini, bese ithathwa ngomunye umuntu.’
bobabili niyobakhiphela ngasesangweni lalowo muzi, nibakhande ngamatshe baze bafe, intombi, ngokuba ayikhalanga emzini yafuna usizo, nendoda, ngokuba imonile umfazi womakhelwane wayo. Uyobukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.