Zifunele phakathi kwabo amadoda ahloniphekile, amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekile, akuzondayo ukuthola inzuzo ngokungalungile, uwabeke abe yizinduna zezinkulungwane, zamakhulu, zama-50, nezeshumi.
UDuteronomi 22:18 - IsiZulu 2020 Amalunga omuzi ayoyithatha indoda, ayijezise, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amalunga alowo muzi ayakumthatha lowo muntu, amlaye, Contemporary Zulu Bible 2024 Amalunga alowo muzi ayakumthatha lowo muntu, amshaye; |
Zifunele phakathi kwabo amadoda ahloniphekile, amesabayo uNkulunkulu, amadoda athembekile, akuzondayo ukuthola inzuzo ngokungalungile, uwabeke abe yizinduna zezinkulungwane, zamakhulu, zama-50, nezeshumi.
“Uma abantu belwa, balimaze owesifazane okhulelwe, aphuphunyelwe yisisu, kodwa yena angalimali ndawo, lowo muntu uyohlawuliswa njengoba indoda yalowo wesifazane inqumile ukuba ahlawule, ngokwesinqumo sabehluleli.
useyisola ngezinto eziyihlazo, uthi: “Angiyitholanga indodakazi yenu iyintombi,” ngakho nabu ubufakazi bokuthi indodakazi yami ibiyintombi.’ Bayokwendlala ingubo phambi kwamalunga omuzi.
ayihlawulise amashekeli esiliva ayikhulu, awanike uyise wentombi, ngokuba ukhulume kabi ngentombi yakwa-Israyeli. Iyakuba ngumkakhe; akayukuyilahla, zonke izinsuku zokuphila kwakhe.