UDuteronomi 22:14 - IsiZulu 2020 iyisole ngezinto eziyihlazo, ihlambalaze igama layo, ithi: ‘Ngamthatha lo wesifazane; kwathi ngisondela kuye, ngathola ukuthi akaseyiyo intombi,’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE amkhese ngezinto eziyihlazo, amenzele igama elibi, athi: ‘Ngamthatha lo wesifazane; kwathi sengisondele kuye, angifumanisanga iziqiniseko zobuntombi kuye,’ Contemporary Zulu Bible 2024 Nimnike izizathu zokumkhulumela, nimlethele igama elibi, nithi: ‘Ngamthatha lona wesifazane; ekufikeni kwami kuye, angimfumananga sigqila. |
“Awuyukusabalalisa umbiko ongamanga, awuyukubambisana nababi ukwethula ubufakazi obungamanga.
uyise nonina bentombi bayoyithatha intombi, balethe ubufakazi bokuthi ibiyintombi nto, phambi kwamalunga omuzi esangweni.
ayihlawulise amashekeli esiliva ayikhulu, awanike uyise wentombi, ngokuba ukhulume kabi ngentombi yakwa-Israyeli. Iyakuba ngumkakhe; akayukuyilahla, zonke izinsuku zokuphila kwakhe.
Ngakho-ke ngiyabayala abafelokazi abasebasha ukuba bagane, bazale izingane, banakekele indlu yabo, ukuze bangasiniki isitha ithuba lokuthuka.