UDavide wababala abantu ababenaye, wayesebabekela izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu.
UDuteronomi 20:9 - IsiZulu 2020 Kuyothi lapho izikhulu seziqedile ukukhuluma kubantu, bese zikhetha izinduna ezizohola amabutho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthi lapho izinduna seziqedile ukukhuluma, zikhethe izinduna zamabandla eziyakubahola abantu. Contemporary Zulu Bible 2024 Lapho izikhulu seziqedile ukukhuluma nabantu, kumelwe zibeke izinduna zamabutho ukuba zihole abantu. |
UDavide wababala abantu ababenaye, wayesebabekela izinduna zezinkulungwane nezinduna zamakhulu.
Izikhulu ziyokhuluma futhi kubantu, zithi: ‘Ngumuphi umuntu owesabayo, ozizwa entekenteke enhliziyweni, na? Makahambe, abuyele endlini yakhe, funa izinhliziyo zabafowabo zibe ntekenteke njengenhliziyo yakhe.’