Kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni nasemzini osesigodini kuze kube kwaGileyadi, akubangabikho muzi owasehlulayo ngokuphakama; uSimakade uNkulunkulu wethu wayinikela yonke kithi.
UDuteronomi 2:35 - IsiZulu 2020 Sazithathela imfuyo nje yaba yimpango yethu, nalokho esakuphanga emizini esasiyinqobile. IBHAYIBHELI ELINGCWELE izinkomo kuphela sazithathela zona zaba yimpango yethu kanye nempango yemizi esasiyithathile. Contemporary Zulu Bible 2024 Izinkomo kuphela esazithathela zona njengempango, nempango yemizi sayithumba. |
Kusukela e-Aroweri elisosebeni lomfula i-Arinoni nasemzini osesigodini kuze kube kwaGileyadi, akubangabikho muzi owasehlulayo ngokuphakama; uSimakade uNkulunkulu wethu wayinikela yonke kithi.
Kodwa abesifazane, abantwana, izinkomo, nakho konke okusemzini, yonke impango yawo, uyothatha khona kuphela kube ngokwakho, uyakuyidla impango yezitha zakho, uSimakade uNkulunkulu wakho akunike yona.
Uyakwenza e-Ayi nasenkosini yakhona lokho okwenzile eJerikho nasenkosini yakhona; impango yalo kuphela nemfuyo yalo eniyakuzithathela khona. Gwacani ngemuva komuzi.”
U-Israyeli waphanga imfuyo nempahla kuphela, njengokuba uSimakade ayemyalile uJoshuwa.