Siyakuncenga sivumele sidabule ezweni lakho; asiyukuhamba emasimini nasezivinini, futhi asiyukuwaphuza amanzi emithonjeni; siyohamba ngomgwaqo wenkosi, asiyukujikela ngakwesokunene nangakwesokhohlo size sidlule ezweni lakho.’ ”
UDuteronomi 2:28 - IsiZulu 2020 Uyongithengisela ukudla ngemali ukuba ngidle, namanzi ngemali ukuba ngiphuze; ngivumele nje kuphela ukuba ngidabule ngezinyawo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakuthengisa kimi ukudla ngemali ukuba ngidle, ningiphe amanzi ngemali ukuba ngiphuze; mangidabule kuphela ngezinyawo, Contemporary Zulu Bible 2024 Kumelwe ungithengisele inyama ngemali, ukuze ngidle; ungiphe amanzi ngemali, ngiphuze; kodwa ngiyakubhodloza ngezinyawo zami; |
Siyakuncenga sivumele sidabule ezweni lakho; asiyukuhamba emasimini nasezivinini, futhi asiyukuwaphuza amanzi emithonjeni; siyohamba ngomgwaqo wenkosi, asiyukujikela ngakwesokunene nangakwesokhohlo size sidlule ezweni lakho.’ ”
Abantu bakwa-Israyeli bathi kuye: “Siyakuhamba ngomgwaqo; uma siphuza amanzi akho, mina nemfuyo yami, ngiyakukhokhela imali yawo. Mangidabule nje ngezinyawo zami, kungabi ngokunye.”
‘Ngicela ukudabula ezweni lakho, ngizohamba ngomgwaqo, angizukujikela kwesokunene noma ngakwesokhohlo.