UDuteronomi 18:19 - IsiZulu 2020 Yilowo nalowo ongayukuwalalela amazwi ami ayowakhuluma eGameni lami, Mina ngiyobheka ukuba aziphendulele ngalokho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Kuyakuthi yilowo nalowo ongayikulalela amazwi ami ayakuwakhuluma egameni lami, mina ngikufune kuye. Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi kuyokwenzeka ukuthi noma ngubani ongawalaleli amazwi ami ayowakhuluma egameni lami, ngizowafuna kuye. |
Ngokuba uma sona ngamabomu, emva kokuba sesilwemukele ulwazi olupheleleyo lweqiniso, akusekho mhlatshelo ongenziwa ngenxa yezono,
Pho thina siyakuphunyuka kanjani, uma sidebesela insindiso enkulu kangaka na? Lena eyashunyayelwa kuqala ngeNkosi, yaqiniswa kithina yilabo abayizwayo.
ngokuzakhela i-althare ukuze sihlubuke ekulandeleni uSimakade; noma uma lokhu sikwenze ukuze sinikele kulo iminikelo yokushiswa noma yokusanhlamvu noma yobudlelwane, uSimakade uqobo makaziphindiselele.