Awuwuthandi umhlatshelo nomnikelo wokudla. Izindlebe zami uzigeqile. Umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.
UDuteronomi 15:16 - IsiZulu 2020 “Kuyothi uma ethi kuwe: ‘Angizukusuka kuwe,’ ngoba ekuthanda wena nendlu yakho, futhi ehlale kahle nawe, IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kuyakuthi uma ethi kuwe: ‘Angiyikusuka kuwe,’ lokhu ekuthanda wena nendlu yakho, ngokuba ehlala kahle kuwe, Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi uma ethi kini: Kangiyikunishiya; ngoba uyakuthanda wena nendlu yakho, ngoba izinto zikuhambela kahle; |
Awuwuthandi umhlatshelo nomnikelo wokudla. Izindlebe zami uzigeqile. Umnikelo wokushiswa nomnikelo wesono awuwubizi.
Ngiyathanda ukwenza intando yakho, Nkulunkulu wami, nomthetho wakho usenhliziyweni yami.”
Uyokhumbula ukuthi wawuyisigqila eGibhithe, uSimakade uNkulunkulu wakho wakuhlenga, ngakho-ke ngiyakuyala ngalokhu namuhla.
uyothatha usungulo umbhoboze indlebe esesemnyango; abe yinceku yakho kuze kube phakade. Uyokwenza kanjalo nasencekukazini yakho.