“Wena uyazi ukuthi uDavide, ubaba, akakwazanga ukwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wakhe indlu, ngenxa yezimpi ezazimzungezile; uSimakade waze wabeka izitha phansi kwamathe ezinyawo zakhe.
UDuteronomi 14:5 - IsiZulu 2020 indluzele, insephe, inyala, impala, impalampala, iwula, negogo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nendluzele, nensephe, nenxala, nempala, nempalampala, newula, negogo. Contemporary Zulu Bible 2024 Izindluzele, nendluzele, nensephe, nensephe, nensephe, nensephe; |
“Wena uyazi ukuthi uDavide, ubaba, akakwazanga ukwakhela igama likaSimakade uNkulunkulu wakhe indlu, ngenxa yezimpi ezazimzungezile; uSimakade waze wabeka izitha phansi kwamathe ezinyawo zakhe.
“Uyasazi yini isikhathi sokuzala kwezimbuzi zezintaba na? Uke ukuqaphele yini ukuzala kwezindluzelekazi na?
Amadodana akho adangele, alala emakhoneni emigwaqo yonke njengenyamazane esihibeni, agcwele ulaka lukaSimakade nesixwayiso sikaNkulunkulu wakho.
“Ningahlaba, nidle inyama phakathi kwayo yonke imizi yenu njengesifiso senhliziyo yenu nanjengesibusiso uSimakade uNkulunkulu wenu aniphe sona phakathi kwamasango enu. Ongcolileyo nohlambulukileyo bayokudla kukho njengalokhu benza kweyensephe neyendluzele.
Njengalokhu nidla insephe nendluzele, niyakukudla kanjalo. Ongcolileyo nohlambulukileyo bayakudla ngokufanayo.
Niyakuzidla zonke izilwane ezinezinselo ezihlukene, ezinezinselo ezihlukene kabili, nezetshisayo phakathi kwezilwane.