“ ‘Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu ezindaweni enihlala kuzo sokuthi aniyukuwadla amanoni negazi.’ ”
UDuteronomi 12:24 - IsiZulu 2020 Aniyukulidla, kodwa niyakulichitha emhlabathini njengamanzi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ungalidli; lithulule emhlabeni njengamanzi. Contemporary Zulu Bible 2024 Aniyikudla; kumelwe uwathele emhlabeni njengamanzi. |
“ ‘Lokhu kuyakuba yisimiso esiphakade ezizukulwaneni zenu ezindaweni enihlala kuzo sokuthi aniyukuwadla amanoni negazi.’ ”
Qaphelani kuphela ukuba ningalidli igazi, ngokuba igazi lingumphefumulo. Aniyukuwudla umphefumulo kanye nenyama.
Ningalidli ukuba kube kuhle kini nakubantwana benu emva kwenu, ngokuba niyobe nenza okulungile emehlweni kaSimakade.