Ngabuye ngezwa nokuthi abanye abaLevi nabaculi ababesebenza ethempelini sebehambile bayosebenza emasimini abo, ngoba abantu base beyekile ukuba babanike isabelo sabo.
UDuteronomi 12:19 - IsiZulu 2020 Qaphela, funa ningamnakekeli umLevi zonke izinsuku zokuhlala kwenu ezweni. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Xwaya ukuba ungameyisi umLevi isikhathi sonke sokuhlala kwakho ezweni lakho. Contemporary Zulu Bible 2024 Ziqaphele ukuthi ungamshiyi umLevi zonke izinsuku zakho emhlabeni. |
Ngabuye ngezwa nokuthi abanye abaLevi nabaculi ababesebenza ethempelini sebehambile bayosebenza emasimini abo, ngoba abantu base beyekile ukuba babanike isabelo sabo.
Niyothokoza phambi kukaSimakade uNkulunkulu wenu, nina namadodana enu, amadodakazi enu, izinceku zenu, izincekukazi zenu, nomLevi ophakathi kwamasango enu, lokhu engenasabelo nafa elingelakhe phakathi kwenu.