Okhokho bethu babekhonza uNkulunkulu kule ntaba, kepha nina nithi iseJerusalema indawo lapho kufanele kukhonzelwe khona.”
UDuteronomi 11:29 - IsiZulu 2020 “Kuyothi lapho uSimakade uNkulunkulu wenu eningenisa ezweni eniya kulo ukulidla, nimemezele isibusiso nisentabeni iGerizimu nesiqalekiso nisentabeni i-Ebhali. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho eyakukungenisa ezweni oya kulo ukulidla, usibeke isibusiso entabeni yaseGerizimu nesiqalekiso entabeni yase-Ebali. Contemporary Zulu Bible 2024 Kuyakuthi lapho uJehova uNkulunkulu wakho esekungenise ezweni oya kulo ukulidla, ubeke isibusiso entabeni yaseGerizimu nesiqalekiso entabeni yase-Ebali. |
Okhokho bethu babekhonza uNkulunkulu kule ntaba, kepha nina nithi iseJerusalema indawo lapho kufanele kukhonzelwe khona.”
Kuyothi lapho seniliwelile iJordani, nimise lawa matshe enginiyala ngawo namuhla entabeni i-Ebhali, uwahuqe ngomcako.
Lapho uJothamu etshelwa ngalokho, wahamba wayoma esicongweni sentaba iGerizimu, wakhala, wamemeza kakhulu, wathi kuzo: “Ngilaleleni, nina zakhamuzi zaseShekhemi, ukuze uNkulunkulu anilalele nani.